# ezemidlalo (blogs) — RSS Amplifier

Recent posts from the 2 feeds in the RSS Amplifier directory that cover ezemidlalo.

Page: <https://rssamplifier.com/topics/ezemidlalo/blogs>  
Feed: <https://rssamplifier.com/topics/ezemidlalo/blogs.md>

---

## [IMarch and March ne-AfriForum nesivumelwano sokusebenzisana](https://www.ezangempela.co.za/2026/08/19/imarch-and-march-ne-afriforum-nesivumelwano-sokusebenzisana/)

_2026-08-19 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi Inhlangano elwela amalungelo abantu i-AfriForum kanye neMarch and March sebevumelene ngokusebenzisana ekuthuthukiseni imiphakathi ezingeni eliphansi. Esithangamini

## [Kuhlabene uMkhize kwi-Ilembe Mtelebhelo Festival](https://thepurpose.co.za/kuhlabene-umkhize-kwi-ilembe-mtelebhelo-festival/)

_2026-08-19 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

BELINYUKILE izinga kwi-Ilembe Mtelebhelo Festival ebidlise ngamahhashi atelebhelayo nomculo entabeni iKhenana edume ukusetshenziswa amakholwa ebandla lamaNazaretha adume ngoShembe. Abahleli balo mtelebhelo bebambisene nabaxhasi iHollywoodbets banyuse izinga kakhulu kulonyaka, njengoba imikomelo ekhishiwe ibicela ezinkulungwaneni ezingamashumi ayisishiyagalombili (R90 000). Umtelebhelo nomjaho…

## [Usemome owoMkhosi woMhlanga](https://thepurpose.co.za/usemome-owomkhosi-womhlanga/)

_2026-08-19 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

UNGQONGQOSHE wezeMidlalo uBuciko namaSiko KwaZulu-Natal, uMhlonishwa Mntomuhle Khawula uthi akusekho ukujikela emva kwendlu. Ukusho lokhu njengoba ususemome uMkhosi WoMhlanga walo nyaka ozoba sesigodlweni seSilo uMisuzulu kaZwelithini, eMachobeni ngempelasonto yomhlaka-4 kuya ku-5 kuMandulo. Ngokwezinhlelo zoMnyango wonke amalungiselelo ebukeka emi ngomumo. Lokhu kuvele emhlanganweni wezinhlaka…

## [I-Sekhukhune isayinise abadlali abayisithupha koweDr BV Mthethwa Mayoral Tournament eMfolozi](https://www.ezangempela.co.za/2026/08/17/i-sekhukhune-isayinise-abadlali-abayisithupha-kowedr-bv-mthethwa-mayoral-tournament-emfolozi/)

_2026-08-17 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi Abadlali abayisithupha abebeyingxe yomqhudelwano iDr BV Mthethwa Mayoral Tournament—obubanjelwe eSiyabonga Sangweni Sports Complex ngaphansi kukaMasipala waseMfolozi—bathole

## [Abe-Ilembe Mtelebhelo Horse bathembisa lukhulu kulo nyaka](https://thepurpose.co.za/abe-ilembe-mtelebhelo-horse-bathembisa-lukhulu-kulo-nyaka/)

_2026-08-14 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

BATHEMBISA ukwenyusa izinga abahleli be-Ilembe Mtelebhelo Horse ebhekwe ngamehlo abomvu njengoba ihlelelwe ukuba seKhenana Mountain eNdwedwe ngeSonto. Kuzobe kungunyaka wesibili lo mqhudelwano wamahhashi uhlelwa kule ntaba edume ngokukhonzela amakholwa ebandla lakwaShembe njalo ngoJanuary. Alibanga lukhulu isasasa izinga ngonyaka odlule ngenxa yezingqinamba eziningi kodwa abawuhambela umjaho…

## [IMeya yeTheku ihambele umndeni wogandaywe yiloli](https://www.ezangempela.co.za/2026/08/04/imeya-yetheku-ihambele-umndeni-wogandaywe-yiloli/)

_2026-08-04 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi IMeya kaMasipala weTheku, uMnuz Cyril Xaba ehambisana noSomlomo kaMasipala uKhansela Thabani Nyawose bavakashele umndeni kamufi oshone

## [Ubhekene necala lokubulala umshayeli weloli yakwaMasipala oshayise umfana washona](https://www.ezangempela.co.za/2026/08/03/ubhekene-necala-lokubulala-umshayeli-weloli-yakwamasipala-oshayise-umfana-washona/)

_2026-08-03 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi UMshayeli weloli lamanzi amanzi kaMasipala weTheku ubhekene necala lokubulala kulandela ukushayisa abulale umfana ngesikhathi ebalekela umphakathi

## [Kujabula abaningi iChiefs iqala ngegiya eliphezulu](https://thepurpose.co.za/kujabula-abaningi-ichiefs-iqala-ngegiya-eliphezulu/)

_2026-08-02 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

Iqale ngegiya eliphezulu iKaizer Chiefs ibhubhudla iKruger United kwajabula cishe bonke abalandeli bebhola eNingizimu Africa. Lona bekungumdlalo wokuqala kamqeqeshi uFernando da Cruz kanti bewuseMbombela Stadium ngoMgqibelo ebusuku. Amakhosi aqale umdlalo ngesivinini, kwathi ngomzuzu wesikhombisa uFlavio Da Silva washaya igoli lokuqala. Yize iChiefs yakhe amanye amathuba okwandisa amagoli, ibukeke…

## [Uvuleke amehlo uL&#8217;vovo ngezinqumo abezithatha empilweni](https://thepurpose.co.za/uvuleke-amehlo-ulvovo-ngezinqumo-abezithatha-empilweni/)

_2026-08-02 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

Sihle Mkhize Umculi weKwaito uL’vovo Derrango olwa nempi yokululama uzehlisile wabonga bonke abantu abamesekile. Sikhuluma nje unikelelwe imali esingaphezulu kwaR300 000 ngabantu baseNingizimu Africa. Ukunikelelwa kwakhe kuza ngemuva kokukhuluma ohlelweni luka Linda Sibiya kwiGagasi FM ngeSonto eledlule. UL’vovo wakhuluma waze wachiphiza izinyembezi exoxa ngokulahlekelwa yikho konke ayenakho waze…

## [Luphumile usuku nge-Icebolethu Crown Gospel Music Awards](https://thepurpose.co.za/luphumile-usuku-nge-icebolethu-crown-gospel-music-awards/)

_2026-07-30 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

Umcimbi odonsa izindimbane zabathandi bomculo ikakhulukazi beGospel uphinde ubaklomelise usushintshe unyawo. Ngesikhathi wethulwa ngoLwesithathu ngokusemthethweni lo mcimbi wesi-19th eCoastlands, eMhlanga, kuvele ukuthi usuzobizwa nge-Icebolethu Crown Gospel Music Awards. UBishop Mpendulo Nkambule ongumyeni kaZanele nguye omemezele lobu budlelwano ne-Icebolethu. “Lo msebenzi omkhulu kangaka…

## [Generate Viral Hot Takes (Sponsored)](https://crawlproof.com/a/L5VmfnQpUj46)

_2026-07-30 · **Sponsored**_

Get platform-optimized hot takes and rebuttals to spark debate and engagement

## [UFlymotion obegadla kuDJ Tira usethi maluju!](https://thepurpose.co.za/uflymotion-obegadla-kudj-tira-usethi-maluju/)

_2026-07-30 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

Uthi maluju ayidle izishiyele owayengumsakazi weGagasi FM uFlymotion, kuDJ Tira, emva kokushiya angalazi ohlelweni i-On Point With Sandy Nene Podcast Show. UFlymotion uthole incwadi eshisayo yezomthetho evela kubameli bakaDJ Tira, iN Nhlapho Attorneys, kulandela ukunephula igama lalo DJ ongaconsi phansi kwabaningi. Ngokwencwadi uFlymotion uthe ukuphendula kwakhe akusho ukuthi uyavuma noma yiziphi…

## [UPhakela imbongolo efutha amakhala: Ngizwe](https://thepurpose.co.za/uphakela-imbongolo-efutha-amakhala-ngizwe/)

_2026-07-30 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

Aphelele Cebekhulu UNgizwe Mchunu ubize uPhakel’mthakathi abefolosa naye kuxoshwa abantu bokufika abangenamaphepha ngembongolo efutha amakhala. “Into ebalulekile yiqiniso, mina sengihambele amazwe angaphezulu kwa-68 umhlaba jikelele. Uma ungabuza ukuthi wake wayaphi uPhakela akazi ngisho eMozambique. Imbongolo efutha amakhala nje” “Uma ungabuza uJacinta, uyakhishwa uwumuntu okhishwayo kuthiwe…

## [Iminyaka ejele owadlwengula wakhulelisa odadewabo (2)](https://thepurpose.co.za/iminyaka-ejele-owadlwengula-wakhulelisa-odadewabo-2/)

_2026-07-29 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

Aphelele Cebekhulu Ugixabelzwe ngesigwebo seminyaka engu-15 ebhadla ejele owesilisa owadlwengula odadewabo ababili wabakhulelisa. Lesi sigameko senzeka eminyakeni engaphezu kwa-30 eyedlule kanti nezingane ezazalwa sezakhula zaba izinsizwa. Ngesikhathi izisulu zidlwengulwa zazine minyaka engu-10 kanti umenzi wobubi wayeneminyaka engu-29 njengoba leli cala selimgweba eseyikhehla elineminyaka engu-62…

## [Zizogwetshwa izithandani ezinukubeze zabulala usana](https://thepurpose.co.za/zizogwetshwa-izithandani-ezinukubeze-zabulala-usana/)

_2026-07-28 · Sihle · Purpose &#8211; Ezinohlonze zibuzwa kithi_

Philasande Luthuli Zilahlwe yicala izithandani ezihlangane ezinyangeni ezimbalwa zase ziyakipita zabulala usana oluneminyaka emibili. Zombili lezi zithandani u-Alexandra Walker, 26, no-Harrison Simpson, 22, zilahlwe ngecala lokubulala yiNkantolo iTeesside Crown Court, e-United Kingdom (UK). USimpson, 22, utholwe ukuthi wanukubeza umufi u-Isabelle Welsh. Inkantolo ithole ukuthi lezi zithandani…

## [USuthu luklomelise abenze kahle kwisizini ka-2025/26](https://www.ezangempela.co.za/2026/07/25/usuthu-luklomelise-abenze-kahle-kwisizini-ka-2025-26/)

_2026-07-25 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi Umdlali osamncane, odlala ezinhlangothini eqenjini laMaZulu FC, u-Athini Maqokolo, uwole izindondo eziningi ngesikhathi leli qembu liklomelisa

## [I-PKTT ibophe isangoma esidumile KwaMashu ngokubulala 3](https://www.ezangempela.co.za/2026/07/24/i-pktt-ibophe-isangoma-esidumile-kwamashu-ngokubulala-3/)

_2026-07-24 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

I-KwaZulu-Natal Political Killings Task Team (PKTT) isibophe isangoma esidumile saKwaMashu ngokuba ungqondongqondo ekubulaweni kwelungu le-African National Congress Youth

## [UMasipala weTheku ugxeka ukuvalwa kwamanzi osonkontileka ngokungemthetho](https://www.ezangempela.co.za/2026/07/23/umasipala-wetheku-ugxeka-ukuvalwa-kwamanzi-osonkontileka-ngokungemthetho/)

_2026-07-23 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi Yize inkinga yamanzi iqhubeka yokuba yiva eThekwini namaphethelo, uMasipala weTheku usugxeke isenzo sokuvalwa kwamanzi emadepho ngokungemthetho

## [Owayeyimeya uboshelwe uR2m wethenda engenziwanga](https://www.ezangempela.co.za/2026/07/22/owayeyimeya-uboshelwe-ur2m-wethenda-engenziwanga/)

_2026-07-22 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Oklebe babophe owayeyimeya yaseMadlanganei e-Utrecht uLindile Mhlungu (42) noMusawenkosi Thwala ngamacala e-fraud, corruption nokuphula imithetho ye-municipal finance management

## [Ugwetshiwe owabulala intombi yakhe eVryheid](https://www.ezangempela.co.za/2026/07/22/ugwetshiwe-owabulala-intombi-yakhe-evryheid/)

_2026-07-22 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi INkantolo yesiFunda eVryheid igwebe owesilisa udilika jele ngokubulala intombi yakhe endaweni yaseGegund Farm, eVryheid zingu-16 February

## [Fast, secure international transfers (Sponsored)](https://crawlproof.com/a/FfoC9QNq10cd)

_2026-07-22 · **Sponsored**_

Bank transfer, cash pickup, mobile wallet — low fees and real-time tracking

## [UMbappe emlandweli koweNdebe yoMhlaba](https://www.ezangempela.co.za/2026/07/20/umbappe-emlandweli-kowendebe-yomhlaba/)

_2026-07-20 · Ezangempelaforreal · siziletha zishisa_

Nhlakanipho Mnqayi Ukapteni nophinde abe yifolosi le-France, uKylian Mbappe usebe ngumdlali wokuqala ukunqoba indondo yeFIFA World Cup Golden

