News source
Sivubela Intuthuko Subscribe: .rss .atom .json .md
Live Last read 5 minutes ago · last published 6 days ago · next check scheduled
ezentuthuko uncategorized ezemidlalo ezomphakathi post first intuthuko appeared first appeared intatheli sivubela sivubela intuthuko Latest articles Nokulunga Nxumalo UNdunankulu waKwaZulu-Natali uMnuz Thamsanqa Ntuli usexwayise abaholi besifundazwe ngokuthi ukukhuluma ngobumbano lwabantu akwanele, kumele kubonakale nangezenzo, ikakhulukazi emicimbini kahulumeni lapho zonke izinhlanga nemiphakathi kufanele izizwe yamukelekile. UNtuli ubekhuluma… The post UNDUNANKULU UTHI UKUKHULUMA NGOBUMBANO LWABANTU AKWANELE, KUMELE KUBONAKALE NANGEZENZO,…
Aug 17, 2026 · Admin
Intatheli yeSivubela Intuthuko SEYIYAQALA ukushintsha impilo emakhaya aseShakaville, KwaDukuza, njengoba uhlelo lukahulumeni i-One Home, One Garden selusiza imindeni ukuthi izenzele ukudla, inciphise izindleko futhi yakhe amathuba okuziphilisa. Lolu hlelo oluqhutshwa… The post INGADI EYODWA, IKHAYA ELILODWA first appeared on Sivubela Intuthuko .
Aug 17, 2026 · Admin
Nokulunga Nxumalo UKUBA nesitudiyo sesimanje akusho ukuthi isiteshi somsakazo sesiphumelele, ngokusho kweChief Executive Officer yeMedia Development and Diversity Agency (MDDA), uNksz Shoeshoe Qhu, onxuse iziteshi zomiphakathi ukuthi ziqinise ukuphathwa kwazo,… The post IMDDA IKHUTHAZA UKUTHOLAKALA KWEMITHOMBO YEMALI EHLUKAHLUKENE EZITESHINI ZOMPHAKATHI first appeared on Sivubela Intuthuko .
Aug 17, 2026 · Admin
Intatheli yeSivubela Intuthuko Indawo yaseMandeni iyaqhubeka nokuheha izivakashi ngemicimbi yezokuvakasha nezokungcebeleka, njengoba amakhulukhulu abantu begcwale eTugela Mouth ekuqaleni kwenyanga beze emicimbini emibili emikhulu obekuhlanganisa abathandi bezithuthuthu nabadobi. Ngaphezu kokuba le… The post IMandeni igcwalisa ugu loThukela ngezivakashi first appeared on Sivubela Intuthuko .
Aug 17, 2026 · Admin
Intatheli yeSivubela Intuthuko Sekuyantwela ezansi mayelana nesakhiwo soMnyango Wezasekhaya, njengoba uSekela-Ngqongqoshe weMisebenzi Yomphakathi neNgqalasizinda uMnuz Sihle Zikalala evakashele le ndawo, ukwenza isiqiniseko sokuthi umsebenzi uyaqhubeka. UZikalala, ehambisana neMeya yaKwaDukuza uKhansela… The post USUZOQHUBEKA UMSEBENZI WESAKHIWO SOMNYANGO WEZASEKHAYA KWADUKUZA first appeared on…
Aug 17, 2026 · Admin
Intatheli yeSivubela Intuthuko UKUHLONIPHA amaqhawe omzabalazo nokusebenzisa izifundo zomlando ukwakha ikusasa kube yindikimba enkulu ngesikhathi iLembe lethula uhlelo lweMilestones of Freedom Engagement Programme eGroutville. Lo mcimbi uhlanganise uSekela-Ngqongqoshe eHhovisi likaMengameli,… The post KUQHAKANJISWE AMAGUGU ENKULULEKO NJENGESIBANI SEKUSASA first appeared on Sivubela Intuthuko .
Aug 17, 2026 · Admin
Intatheli yeSivubela Intuthuko USUKU lokugcina lomkhankaso wokubhaliswa kwabavoti luphenduke usuku olungasoze lwalibaleka kuGogo Shongwe wakwaHlomendlini, eMandeni, njengoba iKhomishana Ezimele Yezokhetho (IEC) imvakashele ekhaya ukuyogubha usuku lwakhe lokuzalwa lweminyaka engu-104, yaphinde… The post UGOGO SHONGWE UGUBHE USUKU LOKUZALWA NGESIPHO ESINGALINDELEKILE SIVELA KWABAKWA- IEC first…
Aug 17, 2026 · Admin
Intatheli yeSivubela Intuthuko IPROJEKTHI yokufuya izinkukhu eNdulinde, eMandeni, isithole umfutho omusha njengoba i-Enterprise iLembe isiphendule isicelo sosizo lokudla kwezinkukhu, yathi ukweseka abalimi abasafufusa kuyisinyathelo esibalulekile ekwakheni imindeni ezimele nomnotho wasemakhaya… The post ISHANOZ POULTRY PROJECT ITHOLE UXHASO NGOKUDLA KWEZINKUKHU first appeared on Sivubela Intuthuko…
Aug 17, 2026 · Admin
Msizi Mthembu Badele imvula bezobamba iqhaza emidlalweni yama-Indegenous Games ngesikhathi kubanjwa imidlalo yokukhetha iqembu elizomela uMasipala waKwaDukuza emidlalweni yango-2026. Le midlalo yokukhetha ihlelwe yiHhovisi Lokuthuthukiswa Kwezemidlalo likaMasipala waKwaDukuza ngokubambisana noMnyango… The post IKwaDukuza ikhethe iqembu elizomela uMasipala emidlalweni yesintu first appeared on…
Aug 17, 2026 · Admin
Intatheli yephephandaba Intsha yaKwaDukuza nasezindaweni ezakhele iSifunda iLembe ithole ithuba lokukhombisa amakhono ayo emqhudelwaneni iBuild It Stanger U13 Football & Netball Tournament. Lo mqhudelwano, obuhlanganise ibhola lezinyawo kanye nelomqakiswano, unikeze… The post KUQHAKAMBE AMAKHONO emidlalweni ye Build It Stanger first appeared on Sivubela Intuthuko .
Aug 17, 2026 · Admin
← Prev ✦ Random Next → Visit ↗ Feed Kagi ↗